Usesibhedlela umculi odle amakhekhe anoshevu ayewathenge espaza sabokufika ngomsombuluko.
Ungeniswe esibhedlela umculi osakhula endimeni yezomculo u Steven Zulu Shongwe owaziwa ngelika Smezi

Lomculi osibhalele ezinkundleni zookuxhumana uthe ngomsombuluko wathenga amakhekhe abizwa ngama “LEMON CREAM” espaza sabokufika wawadla kwathi sekuhambe usuku ngezikhathi zamathathu ntambama wezwa ubuhlungu emathunjini esiswini waphelelwa ngamandla wabikela umngani wakhe ayehleli nayo ngeleso sikhathi umngani wakhe wabiza izimoto zokuqashwa ezaziwa ngokuthi ama UBER ukuze amphuthumise esibhedlela nokuyilapho athole ukunakekelwa ngodokotela abafike bamtshela ukuthi udle ukudla okunoshevu/uphoyizeni.
Esilandisa uthe umphakathi uzwile ngesimo esimehlakalele uhlele ukwenza imashi umashela izitolo zabokufika njengoba sezibaningi izigameko ezibikwayo zokuthi bathengisa ukudla okunoshevu noma osekudlulelwe yisikhathi
Mayelana nombiko ogcwele ngaloludaba xhumana no Steven Zulu Shongwe owaziwa ngelika Smezi kulezinombolo zocingo
0711272949


