Kufunwa izihlobo okanye umuntu ongaba nolwazi ngezihlobo zowesifazane oshonele esokeni endaweni yase Soweto eGoli
Kufunwa izihlobo zowesifazane ofele esokeni, eSoweto eGoli.
Owesifazane osesithombeni ugule washona usemakhazeni kumanje. ngokomtombo kuthiwa inkinga ekhona isoka ebehlala nalo uVelaphi Gabela nalo kalimazi owakuphi nendawo. Badibane eSenaoane Soweto Gauteng baqomana. Baqala ukuvakashelana kusukela June 2023. Wagcina lo sisi wazohlala nendoda mlibe. Umndeni wakwaGabela ngephimbo lika Noxolo Gabela uthi u sisi ubengaphumi endlini ubephuma makungenabantu. Nokugula kwakhe bekufihliwe bengakwazi njengomndeni baze babaphoqa ukuba baye esibhedlela. NgoMgqibelo le ntokazi iphuthunyiswe esibhedlela kwathi ngoMsombuluko kwayihlaba kwayisheshisa eduzane impela, kwayenela. Usisi kanayo ngisho i-Identity document. Indoda ithi wathi usisi unguJessica Bongokuhle Xaba. Wathi usuka eKZN.
Kucelwa ongaba nolwazi athinte izinombolo ezingezansi ukuze afihleke bakithi.
Please contact 068 500 2716 or 073 2403 388

Umthombo nezithombe : Ezivuthayo Emaputaland facebook page


