Lidlule nomphefumulo owodwa izulu ebililibi izolo
Emva kwesixwayiso se South African Weather Services (SAWS) singakuqinisekisa ukuthi sekudlule emhlabeni umuntu oyedwa kwalimala impahla ezindaweni eziningi e KZN.
Ngokwe Daily news:
Isimo esishiye abaningi bebambe ongenzansi kwi bridge eliku Greytown Road e Mooi River, khona lapha KWAZULU NATAL, owesilisa osemncane ngokweminyaka ushaywe ngumphezulu washona. Abanye ababili babe sebephuthunyiswa esibhedlela. Umphathiswa nongu mayor wase Mpofana Municipality, u Maureen Magubane usiqinisekisile lesisigameko wase enxusa abahlali ukuba baqaphele bese belandela imiyalelo ye South African Weather Services (SAWS).
Lesigameko sitshengisa ubungozi besimo sezulu KWAZULU NATAL.


