Umfundi waseKZN, 18, ubhekene necala lokudlwengula esolwa ngokulala nengane eneminyaka engu-15 ekilasini.
AMAPHOYISA aKwaZulu-Natal avulele icala lokudlwengula umfundi okukholakala ukuthi uneminyaka engu-18 ubudala ngemuva kokubanjwa ezitika ngocansi nomfundi oneminyaka engu-15 ekilasini.