Izindaba

Ligwetshwe iminyaka engu 15 libhadla eJele iphoyisa elantshontsha u R200 000 endaweni yesigameko.


Ligwetshwe iminyaka engu 15 libhadla eJele iphoyisa elantshontsha u R200 000 endaweni yesigameko.

Kubikwa ukuthi ubekhombisa ukungazi nokuthi lidumephi uNierush Seanego, 39 obeyiphoyisa esteshini samaphoyisa iMahwelereng ugwetshwe 15 years ebhadla ejele.

Kubikwa ukuthi wamisa imoto nozakwabo yezigebengu ezazibuya ukuyoganga nokwathi Uma esesha lemoto bathola imali engango R200 000 isesikhwameni waythatha wathi uzoyiyisa esteshini samaphoyisa ukuze iState siyithathe kodwa wathi esesemakhoneni wazithathela lemali wanganika ngisho uzakwabo ayebambisene naye ekubambeni lezigilamkhuba.

Ithumba libhoboke ngesikhathi inkantolo ibuza lezigebengu ukuthi imali zayenzani nokwila zaveza khona ukuthi yathathwa ilo leliphoyisa Uma libuzwa lavuma lathi layithatha ngoba lixakekile

Error