Ube nebhadi owesilisa ongumshayeli we truck egaywa ngenye i truck ebingadonsiwe i hand break washona
Ube nebhadi owesilisa ongumshayeli we truck egaywa ngenye i truck ebingadonsiwe i hand break washona
Owesilisa obukeka eneminyaka engu 45 ubudala kubikwa ukuthi ubese truckini yakhe ngesikhathi ethi uyehla e truckin yakhe enganakile kanti i truck ebiphambi kwakhe ayidonsiwe i hand break yavele yaqonda kuye yahamba phezu kwakhe yamgaya khona lapho.
kubizwe abezimo eziphuthayo bamphuthumisa esibhedlela wafike washonela khona.. lesigameko senzeke e Leeu Gamka Western Cape


