Ezemidlalo

ICape Town City isixoshe umqeqeshi wesikhashana uMuhsin Ertrugal

ICape Town City ihlukane nomqeqeshi wesikhashana uMuhsin Ertrugal kusukela manje.

Bekufanele aqede isizini futhi abe ngumqondisi wezobuchwepheshe weqembu esivumelwaneni sokuqala.lomqeqeshi wafika kwazwakala kwi Cape Town City njengoba anqoba imidlalo yakhe emibili yokuqala laphoayebhekene khona neqembu ake waliqeqesha iKaizer Chiefs kanye ne Orlando Pirates.

Kube nzima ke ukunqoba eminye imidlalo njengoba abaphathi be Cape Town City sebekhethe ukunqamula inkontileka yakhe

Error