EzemidlaloIzindaba

U-Hugo Bruce ubuyise uPercy Tau esikwatini

Umqeqeshi we Bafana Bafana uHUGO BRUCE ubuyise uPercy Tau esikwatini se Bafana Bafana.

Kuzokhumbuleka ukuthi phambilini lomdlali uke wadlala ngokuzikhandla edlalela iqembu lesizwe kepha yathi ukwehla ifomu yakhe wangasabizwa eqenjini lesizwe izikhawu eziningi.

Kuthokozise abantu abaningi ukubona uLion of Judah ohlwini lwabadlali abakhethwe umqeqeshi wesizwe.

nalu uhlu lwabadlali elikhethwe umqeqeshi wesizwe oluzodlala imidlalo yokuhlungela imidlalo yomhlaba.

Error