Izindaba

Kubikwa ukuthi kutholakale usana olusanda kuzalwa lulahlwe kwi drain eSoweto

Kubikwa ukuthi kutholakale usana olusanda kuzalwa lulahlwe kwi drain eSoweto

Kusabalale lesithombe sengane ebukeka inosuku izelwe okubikwa ukuthi itholakale endaweni yase Soweto Namhlanje ekuseni.

Seziningi izigameko lapho kulahlwa khona izingane ezisanda kuzalwa okuyinyo embi eyenziwa ngabazali bezingane ebangakakulungeli ukuba nabantwana okanye abangabafuni abantwana abanye kubikwa ukuthi bakwenza lokhu ngoba belaya obaba bezingane.

Lesigameko sishiye umphakathi umangale akekho obonile ukuthi ngubani oshiye lengane kanti abosizo lokuqala bafikile bayithola ingasaphili.

Error