Izindaba

Kushone oyedwa engozini enyantisayo eyenzeke ngase Tweedie eHarwick ekuseni

EZINGENAYO Sekushone umuntu oyedwa kwalimala nomunye kutholana phezulu amaloli amabili emgwaqweni uN3 olibhekise eNyakatho, ngase Tweedie eHowick maphakathi nesifundazwe.
Abezimo eziphuthumayo bathi bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi umuntu oyedwa uphoseke ngaphandle ngesikhathi iloli ligingqika.
Lomzila usanesiminyaminya, uyanxuswa ukuba ushayele ngokucophelela.
Error