Izindaba

Kugwazwe kwalinyazwa umfundi esikoleni samabanga aphezulu eMerebank, eNingizimu yeTheku.

Kugwazwe kwalinyazwa umfundi esikoleni samabanga aphezulu eMerebank, eNingizimu yeTheku.
Lomfundi oneminyaka engu-17 ubudala kubikwa ukuthi ugwazwe amahlandla amaningi esifubeni nasemhlane ngesikhathi ebanjwa inkunzi. Kanti udluliselwe esibhedlela emva kokuhlengwa ngabosizo lokuqala endaweni yesigameko.
Udaba oluphelele: @Gagasi FM News.
Error