Izindaba

Iphoyisa ebelisebenza eMahikeng lidubule intombi nomngani lase lizidubula nalo

Iphoyisa lidubule intombi nomngani lase lizidubula nalo ngenkathi lifica obephuza nabafana endlini eMahikeng
uConstable Lesego Chuene Phefo oneminyaka engu (28) kubikwa ukuthi obesebenza eMahikeng POPS ungene endlini yakhe ese Itsoseng, Zone 2 ngo 2h00 ekuseni wafica intombi yakhe uTlhalefo Setlhare iphuza namadoda wase ehosha isibhamu wayidubula, ube esedubula uVumile Gcuku owumngani wentombi.
Omunye wesilisa okade ekhona naye edubulekile kodwa usindile njengoba ehanjiswe esibhedlela, emva kwalokho uthathe isibhamu wazidubula wafa uConstable Phefo.
Error