Izindaba

Aphelelwa indawo amaphara eThekwini njengoba kuqhubeka umkhankaso wokukhuculula idolobha

uNdunankulu wesifundazwe sakwaZulu Natal uThami uqhube umkhankaso lapho bebekhuculula khona idolobha iTheku ngenxa yokuxosha bonke abantu abahlala emgwaqeni nalaba ababizwa ngamaphara,bangaphezu kuka-100 abantu abahlala emqwaqeni abayingxenye yalabo abathathwe ngamaphoyisa akaSaps kanjalo nawaka metro.
Kuwo lomkhankaso kube sekuboshwa abokufika abangu-15 abangenazo izincwadi zokuba kulelizwe ngesikhathi kuqhutshwa umkhankaso wokukhuculula iTheku namhlanje ekuseni.
Error